SHARE

Ngimoja Lyrics by Tyler ICU Ft Tumelo, Tyrondee & Khanyisa

SHARE

Tyler ICU, Tumelo, Tyrondee and Khanyisa Lyrics

Read the official lyrics to 'Ngimoja' by Tyler ICU featuring Tumelo, Tyrondee and Khanyisa.

Ngimoja Lyrics by Tyler ICU Ft Tumelo Tyrondee & Khanyisa
Ngimoja Cover

Tyler ICU, Tumelo, Tyrondee & Khanyisa - Ngimoja Lyrics

Chorus
Ngak'nik' uthand' oluningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' ithuba eliningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' uthand' oluningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' ithuba eliningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Manje ngimoja ngawe
Moja ngawe
Manje ngimoja ngawe
Moja ngawe

Verse
Angish' uthole oncono kunam'
Im'zamo yam' ...
Ngak' thola ungena ntoni
Ngak'nika amandla am'
Angish' uthole oncono k'nam'
Im'zamo yam' ...
Ngak' thola ungena ntoni
Ngak'nika amandla am'

Chorus
Ngak'nik' uthand' oluningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' ithuba eliningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Manje ngimoja ngawe (Moja moja)
Moja ngawe (Moja)

Verse 2: Khanyisa
Ndak’nik ixesha lami
Wena wadlala ngami
Ndak’nik konke okwami
Wena wadlala ngami
Manje ngimoja ngawe
Kodw' udlalile ngami
Wandi mosha sbali
Manje ngimoja, moja
Ungakhohlwa ngami mina ngili soja soja
Ungazami ke ukundi solva solva
Lahlekelwa yimi uzozisola sola
Hamb' othola abazoku kholwa kholwa

Chorus
Ngak'nik' uthand' oluningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' ithuba eliningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' uthand' oluningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Ngak'nik' ithuba eliningi
Wakhetha uk'dlala ngam'
Manje ngimoja ngawe
Moja ngawe
Manje ngimoja ngawe
Moja ngawe

Outro
Angish' uthole oncono kunam'
Izamo yam' ...
Ngak' thola ungena ntoni
Ngak'nika amandla am'

Read Other Latest Music Lyrics Here

Get Fresh updates as they drop via Twitter and Facebook

Related

ADVERTISEMENT